ISIKHUNGO SEZINSIZA
ZOKUZIGCINA UPHILILE UVIKELEKILE
Amagalelo amancane okuvikela angcono kunezinkinga zokwelapha.
Isikhungo sezinsiza senzelwe ukunikeza ulwazi lokukusiza ukuzigcina wena nabanye niphilile.
Konke kokufundisa, kumbandakanya izincwajana nezimpawu, uyakwazi ukuzidownloada.
Siyanikhuthaza ukuthi nizisebenzise bese nipha nabanye lolulwazi.
Noma kumele siziqhelelanise, sisonke kulengqinamba.
UKWENZA KANJANI UKUZIGCINA WENA NABANYE NIPHILILE
FUNDA LENCWAJANA
UKWENZA KANJANI UKUVIKELA WENA NABANYE NGE
SISITHELO NA NGAMAGILAVU
UKWENZA KANJANI UKUVIMBELA UKUSABALALA KOKUGULA NGOKUZIHLUKANISA
EZINYE IZINSIZA
Ungadownloada ushicilele lezimpawu uzisebenzise ekhaya lakho noma ebhizinisini.
Indlela enempumelelo ukuvikela ukusabalala kokugula nokuthelelana isifo ukwenza ukuqhelelana‑ukwandisa ngamabomu isikhala phakathi kwabantu ababili noma abangaphezulu.
Ukwenzela ezempilo nokuphepha kwawo wonke umuntu, gwema ukuthintana nabanye ngalesikhathi njengalokhu.
Ukugeza izandla enye eyeziphusile nezinempumelelo izindlela zokuvikela ukusabalala kwamagciwane.
Isanithaza yezandla isetshenziswa ukwenezelela ukugeza izandla noma kunesimo esimbi lapho insipho namanzi zingatholakali ngaleso sikhathi.
IZIXAZULULO ZENDAWO EYINGOZI
I-Scientology inezikhali ongazisebenzisa ukupholisa ikhanda nokukhungathwa ubunzima bokuzihlukanisa. Qalisa izifundo online: Izixazululo uma usendaweni eyingozi