UKWENZA UKUQHELELANA

Indlela enempumelelo ukuvikela ukusabalala kokugula nokuthelelana isifo ukwenza ukuqhelelana‑ukwandisa ngamabomu isikhala phakathi kwabantu ababili noma abangaphezulu.

Amagciwane asabalaliswa ukukhwehlela nokuthimula. Ukuzivikela wena nabanye, gcina ibanga lokuqhelelana phakathi kwakho nalabo abaseduze nawe.

UKUTHINTANA KWABANTU

Ukwenzela ezempilo nokuphepha kwawo wonke umuntu, gwema ukuthintana nabanye ngalesikhathi njengalokhu:

Ukwangana nokugonana
UKWANGANA NOKUGONANA
Ukuqabulana
UKUQABULANA
Ukubulisana ngesibhakela
UKUBULISANA NGESIBHAKELA
Ukuxhawula okusampama phezulu
UKUXHAWULA OKUSAMPAMA PHEZULU
Ukuxhawulana
UKUXHAWULANA