ISIKHUNGO SEZINSIZA
ZOKUZIGCINA UPHILILE UVIKELEKILE

Amagalelo amancane okuvikela angcono kunezinkinga zokwelapha.

Isikhungo sezinsiza senzelwe ukunikeza ulwazi lokukusiza ukuzigcina wena nabanye niphilile.

Konke kokufundisa, kumbandakanya izincwajana nezimpawu, uyakwazi ukuzidownloada.

Siyanikhuthaza ukuthi nizisebenzise bese nipha nabanye lolulwazi.

Noma kumele siziqhelelanise, sisonke kulengqinamba.

zu U-LWIMI


Ukwenza Kanjani Ukuzigcina Wena Nabanye Niphilile
Asabalala Kanjani amaBhaktheriya nama‑Viruses
Ukwenza Kanjani Ukuvimbela Ukusabalala Kokugula Ngokuzihlukanisa
Ukusebenzisa Izisithelo Zobuso
Ezinye Izinyathelo Zokuphepha Ekhaya
Ezinye Izinyathelo Zokuphepha Emsebenzini
Ukuhlanzeka nokuSanithaza
Ukusuka Nokubuyela Ekhaya
Bona Wonke amaVidiyo 

UKWENZA KANJANI UKUZIGCINA WENA NABANYE NIPHILILE

UKWENZA KANJANI UKUVIKELA WENA NABANYE NGE
SISITHELO NA NGAMAGILAVU

UKWENZA KANJANI UKUVIMBELA UKUSABALALA KOKUGULA NGOKUZIHLUKANISA

EZINYE IZINSIZA

Ungadownloada ushicilele lezimpawu uzisebenzise ekhaya lakho noma ebhizinisini.

Ukwenza Ukuqhelelana

Indlela enempumelelo ukuvikela ukusabalala kokugula nokuthelelana isifo ukwenza ukuqhelelana‑ukwandisa ngamabomu isikhala phakathi kwabantu ababili noma abangaphezulu.

Ukuthintana Kwabantu

Ukwenzela ezempilo nokuphepha kwawo wonke umuntu, gwema ukuthintana nabanye ngalesikhathi njengalokhu.

Indlela Yokugeza Izandla

Ukugeza izandla enye eyeziphusile nezinempumelelo izindlela zokuvikela ukusabalala kwamagciwane.

Isanithaza Yezandla

Isanithaza yezandla isetshenziswa ukwenezelela ukugeza izandla noma kunesimo esimbi lapho insipho namanzi zingatholakali ngaleso sikhathi.


IZIXAZULULO ZENDAWO EYINGOZI

I-Scientology inezikhali ongazisebenzisa ukupholisa ikhanda nokukhungathwa ubunzima bokuzihlukanisa. Qalisa izifundo online: Izixazululo uma usendaweni eyingozi